Category: News

  • Usezakhele ugazi umculi we -AfroPop

    Jerome ThabetheUMCULI osemncane ocula i-AfroPop ukhombisa impumelelo endimeni yomculo. Igama abizwa ngalo uSilwane kodwa elangenmpela uNtuthuko Sibiya. Uhambo lwakhe luqiniswe wukuzimisela nothando kanti ukwesekwa ngabalandeli abaqotho kuyenze yaba lula lendlela ayithathile. USilwane ngokudabuka ungowaseMpangeni esigodini saKwaMthethwa, uthi uthando lwakhe lomculo lwaqala esemncane. Umsebenzi wakhe uthi uqale ukuhleleka ngowe- 2018. Ngokufuna amathuba angcono wasefudukela eThekwini ukuze… Read more

  • Libuyela enkantolo okwesi-8 elokubulawa kukathisha

    Nash Ngcobo ABANGAYITHOLI ibheyili ababulali, akwenziwe ubulungiswa, umthetho uqinise isandla. “Phansi nababulali nabahlukumeza abesifazane nezingane”. Le mibhalo izophinde ibonakale ezingqwembeni zabazolalela icala labasolwa ngokubulala uNks Lindiwe Dlamini elizongena enkantolo kamantshi eHammarsdale kusasa ngoLwesithathu ngo-9h00 ekuseni. UNks Dlamini ubulawe ngesihluku ngokudutshulwa amahlandla ayi-16 esemotweni ngoNhlolanja 19 (Feb) ebuya emhlanganweni webandla eNtshongweni. Emva kwalesi sehlakalo kuboshwe uthisha.… Read more

  • Azibukele kwiSibukosezwe nezinye izikole

    Nash Ngcobo UKUBA ngumqalisi wezinto eziyisa isizwe phambili kanjalo nokubukelwa kuwena konke okuhle, yinto Isibukosezwe High saseHammarsdale esizigqaja ngakho noma siphikwe yimiphumela kaGrade 12 ka-2025. Lokhu kubonakale ngokuqhubeka nokuphokophela kwaso impumelelo ngenkathi siba yisikole sokuqala eHammarsdale ukunikelelwa nge-science laboratory yiBuckman Laboratories okungenye yezinkampani ezindala kule ndawo.cZonke izikhulumi ebezincoma le ngqophamlando zinxuse umphakathi ngokuvikela lesi sikole… Read more

  • UDj Saneristo ugubha olokuzalwa eLanga Res Lifestyle

    Nash NgcoboABALANDELI bezikaqedisizungu bazobhekisa amabombo emcimbini kaSanele “Saneristo” Mbhele azogubha kuwo usuku lokuzalwa eLanga Res Lifestyle esePineville eNagina eMariannhill ngoNdasa28 (March).Lo DJ womculo we-House ojwayele ukunandisa kule ndawo, ubone kungcono ukuthi azogubha usuku lwakhe lokuzalwa endaweni ahlale ejabulisa kuyo abalandeli nabathandi bomclo wakhe.USaneristo uzoshiyelana inkundla nabaculi nabanjengoFeza Langa, uZeal MaDladla uDJ woKhozi FM, uPepino nabanye… Read more

  • Ngeke akukhohlwe akutshelwa wumlungu eZimbabwe

     Nash Ngcobo ISOTSHA loMkhonto weSizwe leLuthuli Detachment, lithi alisoze lakukhohlwa elakutshelwa yiphoyisa lomlungu eZimbabwe ngo-1980. Le lisotsha elasinda entanjeni emva kokuboshwa ladonsa iminyaka eyi-10 ejele nguMnuz Thula Bophela ongowaseNanda eThekwini. Lapha kwakulwelwa ukukhululeka kweZimbabwe isabizwa ngeRhodesia, eyayiqhoqhobelwe ngamaNgisi ngaphansi kobuholi bukaMnuz Ian Smith. Impi yabamnyama yayihlanganise amasotsha e-African National Congress (ANC) naweZimbabwean African People’s Union… Read more

  • Umnotho nenjabulo ibuzwa eThekwini

    ,

    Nash Ngcobo UKUDLA umhlanganiso kweTheku ngokuphinda lisingathe i-Africa Travel Indaba, kubhebhezelise ifulegi lokuphakama komnotho weKZN. Akugcinanga lapho osomabhizinisi abancane nabasafufusa bahleke bodwa beklonyeliswa kwiDurban Business Fair Excellence Awards muva nje. Kufika lezi zindaba nje iTheku belisingathe ngenkulu impumelelo lomcimbi wezokuvakasha kwenzekile ulonyaka njengoba kwenzekile iminyaka emihlanu eyedlule njengoba seligixabezwe ngeminye futhi ezayo. Ukuqokwa kweTheku ngokusingatha… Read more